Umkhwenyana ozibuza ngakube abambe iqhaza lokuba ngumama
--:--
Akusiyo into oyibona nsukuzasa ubaba enza umsebenzi kamama, elungisela izingane ukuya esikoleni, elungisa ukudla, ewasha izitsha. kodwa ndlela thizeni ngesinye sezigaba obaba abazithola bekuso.