Ukubuka ngokwebhayibheli-ubumqoka benkonzo yekamero emshadweni
--:--
Ngakube inkonzo iseqhulwini kangako emshadweni onempilo? Nakhu okwenza ngibuze. Siyaphikisana nowakwami. Ungitshela ukuthi inkonzo ingcwele yisacramente futhi luyimfihlakalo engcwele, nokuthi imelwe ukuba yindikimba yobudlelwano bethu. Uze asebenzise kwabaseFesu 5:30-32 ukweyamisa lenkulumo yakhe.Angivumi mina,emva kwakho konke ,kuningi okungomshado ngaphezu kwenkonzo .Ngaphandle kwebhayibheli uqobo [1 Khorinte 7:3-5] kubukeka lencwadi iphakamisa ukuthi inkonzo yinto nje yokwenziwa, hhayi into ejulile yokomoya. Nginomuzwa wokuthi kunabazalwane abakholwa sengathi inkonzo isemqoka ngokungaphezu kwezinga izwi eliyisho ngayo. Niyavumelana nami kulokho?