Umzali uthole ukuthi ingane yakhe iyisisulu sokuhlotshongwa
--:--
Ngenzenjani njengoba ngisanda kuthola ukuthi emndenini kunelunga ebelilutha ingane yami ngocansi? Ngiphendukela kukuphi ukusizakala? Njengoba ungazicabangela ,ukwembuleka kwalensambatheka kuyangisanganisa.