Ukuziphatha kabi ngocansi nokusondela ngokwenyama phambi komshado
--:--
Abantu abasha abaningi abengena othandweni bazithola kunzima ukuzigcina bemsulwa phambi komshado. Ibhayibheli lihlaba liqonde nje ngalesihloko, nakuba abanye bezama ukuliphikisa kumbe bathi sekwaphupha elikushoyo.