Izingane nobungani obuphilile
--:--
Uma ungumzali kuba nzima ukuba yisibukeli ngesikhathi ingane yakho ihlulwa ukukhetha kahle abangane.Impilo yokuphilisana nabantu enganeni yakho isemqoka ngoba umuntu ubunjwa wuhlobo lwabantu abamzungezile.