Izimpawu zobungozi be-social media kwabashadile
--:--
Ngakube unabo ubungani kwezokuxhumana nabantu bobunye ubulili?Uxhumana nalaba bantu ngaphezu kokuxhumana nowakwakho? Yimibuzo esemqoka ukuzibuza yona uma uthemba ukuvikela umshado wakho ekuqhekezekeni.