Ongumkhwenyana nobaba onomakhwepheni obulili bunye naye
--:--
Ukuqhumisa izindaba ezinganeni zakho zokuthi uwakwakho usenekhwapha noma uyashendeza, ngumthwalo ongelula neze loyo nakunoma imuphi umzali.Bese kuthi uma kungukuthi kanti lobushwampeshwampe akubona uwakwakho bungobulili obubodwa nobakhe ivese ingazekeki ke leyo.