Ezomndeni

Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family
Daily Zulu South Africa Society & Culture · Religion & Spirituality
1,068 Episodes
848 – 868

Ukusiza ingane ibhekane nempilo yesahlukaniso

Ngingawasiza kanjani ama teenager ami abhekane nokuklayeka komshado wami? Kubuhlungu kithi sonke,kodwa ngikhathazeke kakhulu ngondodana wami omdala .Kusuka uyise wangishiya emva konyaka,ubukeka ezifaka engcindezini enkulu ukuba yindoda layikhaya.Lokhu kunzima kakhulu kuyena ngoba ngonyaka ozayo ubebheke ukuya e –university .Manje ubona kumphoqa alekelele ekhaya.Ngenze njani ngaye nazo zonke ezinye izingane?
17 Mar 2020 6PM 5 min

Ukukhuthaza umoya wokuncokola enganeni yakho

Siyisiza kanjani ingane ebukeka ingenawo umoya wokuncokola?Umndeni wethu uhlale njalo uthokozela ukubuye uphubuke wuhleko ,ngaphandle kwalondodana wethu omdala osemaklasini aphakathi eprimary.Izingane zethu ezincane zihlale zigcwele ukuntela ,okwenza kuhlale kuhlekwa ekhaya.Kodwa ngokuphambene,ubhuti wabo omdala soze walibona elakhe izinyo .Uhlale e -serious kakhulu yena.Ngangithi yisikhathi esizodlula,kodwa kuze kube yimanje kuthe gqwa gqwa…
16 Mar 2020 6PM 5 min

Ukuthandana ngenhliziyo kunye nobungane obuqhubekayo

Ngakube mina nomnyeni wami sibunqamule ubungani nenye i-couple ngenxa yokuthi nje lendoda nami sivese sangena ekuthandaneni ngokwenhliziyo kuphela ? Sekwadlula manje,futhi nowakwami nonkosikazi walendoda bathatha isinqumo esiqinile , esigcwele umoya wokubuyisana kuyo yonke lento eyenzeka.Ngazizathu thizeni ,sesamisa nokuhlanganyela ndawonye okwesikhashana.Ngisho ngokwethembeka nje ,sekube yingxenye le ebe ngenzima kulo lonke loludaba.Kungukulahlekelwa…
15 Mar 2020 6PM 5 min

Ukubhekana nokulwa kwabandawonye

Ngenzenjani mayelana nokulwa okuqhubeka njalo phakathi kwamadodakazi ami? Umuzi wethu usuyinkundla yamaboxer uqobo.Umawami uthi kumele ngingenelele,kodwa umnyeni wami uthi kuyinto eyejwayelekile ezinganeni ezisesigabeni salezi.Ngakube kumele kungihluphe emoyeni lokhu?
12 Mar 2020 6PM 5 min

Inkambo enhle yobukhrest iqhathaniswa nengcindezi yezocansi

Ngakube ukuziphatha kahle ngokwezocansi ngokobuKhrestu akunampilo futhi akukho oemvelweni? Ngingowesifazane ozama ukuphila impilo emsulwa ,kodwa owesilisa engingena naye othandweni uhlala njalo engicindezela.Uthi umuzwa wami ngobumsulwa kwezocansi kungumuzwa nje ongenampilo wokwesaba –ngokuthi ngokuzama ukugculisa uNkulunkulu ,ngilahala ubuhle bemvelo nezinjabulo zokuphila njengokokuba uNkulunkulu wazidala .Ngiya ngokuya ngikuthola kunzima ukumphendula uma ekhuluma ngalendlela.Ningangipha…
11 Mar 2020 6PM 5 min

Ukukhula ngokobukhrestu kunye nendlela yokukhula

Kungani kudonsa kimi ukukhula njengoMKhrestu? Sengibe yikholwa isikhathi impela ,futhi ngimelwe ukuvuma ukuthi izinga lokukhula kwami kwezikamoya lingithena amandla.Ngamhla ngizalwa ngokusha ,ngakithi impilo izoba ngenzima kusuka lapho kuya phambili,kodwa emva kweminyaka ngizithola ngingakabi yilomuntu engangifuna ukuba nguyena.Angibuzwa ubukhona bukaNkulunkulu ndlelanye engangibuzwa ngayo ekuqaleni.Ngiyazi ukuthi enhlizyweni yami ukwesaba nokuzicabangela mina ,kuyisikhisi…
10 Mar 2020 6PM 5 min

Ingane izibuza ukuthi engabe izilwane ziyaya yini ezulwini

Ngakube izilwane zami o-doggy doggy bayoya nami eZulwini? Ngiphatheke kabi ngoba inja yami isandanakufa .Sesibe naleyonja ekhaya ,kusuka ngazalwa ,manje angiyiboni impilo eyoba mnandi lo -doggy doggy engekho .Ngike ngabuza uMawami ukuthi soyibona yini eZulwini ,uvese wathi angiyobuza uthisha wami kasontoskole,ovese wathi yena ,cha iZulu elabantu akulona elezilwane.lokho kungiphathe kabi.Nicabanga…
9 Mar 2020 6PM 5 min

Ubudlelwano obuguqukayo kwi-teen

Ngakube kungokwejwayelekile ukuthi ubudlelwano bengane nomzali buguquke uma isiyi-teen? Bengihlala njalo ngiseduze kundodakazi wami,kodwa izinto azisefani njengokuba eseyi-teeanger.Angisakwazi ukuxhumana naye-Uhlale njalo e-texter kumbe exhumana nabangani bakhe nge- cellphone yakhe .Ngizizwa sengathi ngilahlekelwe yinto eligugu kimi.Ngenzenjani?
8 Mar 2020 6PM 5 min

Ukubuka ngokwebhayibheli ukuzikhipha ekwakheni nabantu

Nicabangani ngamaKhrestu athatha inqubo yokuzikhipha kubantu ayokwakha wodwana?Adayise imizi yawo ,ayokwakha ehlane wodwa ezintabeni,alayishe ukudla ,ayozitshalela izitshalo zawo ,ayophila njengabasunguli bese elwela ngawo wonke amandla ukuzimela kwinqubo yokuphila yomhlaba? Baninganyana abantu engibaziyo asebethathe lendlela.Angibaphikisi ngokuphelele ekugcineni,ngikholwa sonke singangcono uma singathi ukuzihlubula ubuntofontofo bobumnandi bempucuko bese sifunda ukuphila ngendlela elula nje…
5 Mar 2020 5PM 5 min

Ukunakekela izingane sikhathi sinye nabadala ungalindele

Ngakube siwacabange yini amathuba okuthatha uMawethu simlethe ekhaya ,sikhathi sinye sisanakekela izingane zethu ezintathu ? Sinama teenager amabili noyedwa osamncane .Asiwuthandi umqondo wokuyisa uMawami ekhaya labadala,kodwa asifuni futhi ukuzithola esimweni esicindezelayo okwesikhashana njengoba sisabhekene nokukhulisa lezingane. Luhloboluni lwezinselelo enicabanga ukuthi singase sibhekene nalo?
4 Mar 2020 5PM 5 min

Ukubuka ngeso le-bhayibheli ukungena komkhrestu kwi – fine arts

Ngokokubuka kwebhayibheli ikhona indawo evumelanayo ne-Arts kulona, kumbe yintshisekelo nje yabantu bezomhlaba ? Singabona kanjani i-art enhle nembi? Indodakazi yethu ,ingumfundi we-art e university ,manje sinokukhathazekela ukuthi imosha nje amandla nesikhathi sayo.Ikakhulukazi sikhathazeke kakhulu ngengxenye yezokuziphatha kulokhu ekwenzayo-iclass lakhe elingokudweba izithombe zasekuphileni limdinga adwebe abantu abanqunu benotho abalwenzayo! Ninomuzwa onjani…
3 Mar 2020 5PM 5 min

Ukubuka ngeso le-bhayibheli ukungena komkhrestu kwi – fine arts

Ngokokubuka kwebhayibheli ikhona indawo evumelanayo ne-Arts kulona, kumbe yintshisekelo nje yabantu bezomhlaba ? Singabona kanjani i-art enhle nembi? Indodakazi yethu ,ingumfundi we-art e university ,manje sinokukhathazekela ukuthi imosha nje amandla nesikhathi sayo.Ikakhulukazi sikhathazeke kakhulu ngengxenye yezokuziphatha kulokhu ekwenzayo-iclass lakhe elingokudweba izithombe zasekuphileni limdinga adwebe abantu abanqunu benotho abalwenzayo! Ninomuzwa onjani…
3 Mar 2020 5PM 5 min

Ukuya emcimbini womndeni one-couple ebulili-bunye

Siye yini emcimbini womndeni lakhona ne –couple eyizinkonkoni izobe ikhona? Udadewabo womnyeni wami ushade nenye intokazi .Lezintokazi ezinhle siyazithanda zombili kodwa asivumelani nempilo eziyiphilayo.Kunomcimbi omkhulu ekupheleni konyaka ,manje umnyeni ufuna siye nathi.Nami ngiyafuna ukuya ,kodwa sinezingane ezintathu ezisencane ,futhi angazi kuzozithinta kanjani lokhu .Ngenze njani?
2 Mar 2020 5PM 5 min

Ukuya emcimbini womndeni one-couple ebulili-bunye

Siye yini emcimbini womndeni lakhona ne –couple eyizinkonkoni izobe ikhona? Udadewabo womnyeni wami ushade nenye intokazi .Lezintokazi ezinhle siyazithanda zombili kodwa asivumelani nempilo eziyiphilayo.Kunomcimbi omkhulu ekupheleni konyaka ,manje umnyeni ufuna siye nathi.Nami ngiyafuna ukuya ,kodwa sinezingane ezintathu ezisencane ,futhi angazi kuzozithinta kanjani lokhu .Ngenze njani?
2 Mar 2020 5PM 5 min

Ukulawula ukudinwa kuma-teenager

Ngingamsiza kanjani undodana wami oseyi –adoloscent ukuba abhekane nokudinwa kwakhe? Kulula ukuphawula ukuthi uthukuthele kakhulu ngokuthizeni,kodwa nginomuzwa oqinile wokuthi ,uyayivalela ayicindezele imizwa yakhe yenhliziyo.Ngizamile ngebengingakwenza,ngehluleka ukumenza akhulume ngayo.Ngenze njani?
1 Mar 2020 5PM 5 min

Uthole ukuthi uwakwakho ube neshende - (Part 2 of 2)

Ngisanda kuthola ukuthi uwakwami ubengi – shendeza. Njengokuba nani ningazicabangela, kungikhungathe kanjani ukuthola lezondaba zokungethenbeki kwakhe, namanje angikasanguluki ekuthukeni. Angikamqondi okwamanje, futhi angikazi ngenze njani .ningangipha indlela?
27 Feb 2020 5PM 5 min

Uthole ukuthi uwakwakho ube neshende - (Part 1 of 2)

Ngisanda kuthola ukuthi uwakwami ubene shende .Njengokuba nani ningazicabangela ,kungikhungathekise kanjani ukuthola lezondaba zokungethenbeki kwakhe ,namanje angikasanguluki ekuthukeni. Angikamqondi okwamanje ,futhi angikazi ngenze njani .Ningangipha indlela ?
26 Feb 2020 5PM 5 min

Ukungena emshadweni usesikhungweni semfundo ephakeme

Ngakube mina nengizwa uthando naye, sishade phambi kokuba si thole iziqu? Sobabili singaMaKhrestu asevuthiwe, futhi senze isibophezelo sokuzigcina simsulwa ngokocansi kuze kube semshadweni.Sesixhumane emva kwezinyanga ezingu 5, okuthe emva kwesikhathi eside sithandaza ,sanquma ukushada eminyakeni emibili. Abazali bethu bavuma kodwa abami bakhalaza ngesikhathi esisinqumayo. Ngino 19 weminyaka futhi ngunyaka wokuqala…
25 Feb 2020 5PM 5 min

Ukungqubuzana kukababa nondodakazi

Ngingakuletha kanjani ukuzwana phakathi kwe- teenager yethu nomnyeni wami? Njalo uma uyise emlanda esikoleni kuba ngukuthi uqala impi naye kumbe amnike inkulumo ende ukumtshela ukuthi wehluleka kangakanani ezifundweni zakhe.Bese undodakazi akhulume kimi ediniwe kumbe ekhala .Amabanga esikole asehlale eyinkinga kundodakazi wethu, futhi ngiyaqonda ukuthi simelwe ukwenza konke esingakwenza ukumgcina ekhaliphile…
24 Feb 2020 5PM 5 min
848 – 868