MENTAL HEALTH DISORDER - UKUPHAZAMISEKA KWEMPILOMQONDO

Loading player...
Sixoxa no Emma Siluma ophuma kwa Heart and Stroke Foundation South Africa ngokubaluleka komqondo ophilile, izimpawu nezinkomba ezikhombisa
ukuphazamiseka komqondo.
17 Jul Zulu South Africa Education · Business

Other recent episodes

CRIME SCENE - ISIGCAWU SECALA / INGOZI

UConstabke [f] Ngcobo [Communication officer Verulam SAPS] uyala umphakathi ukuba unike amaphoyisa indawo yawo enze umsebenzi wawo uma kunesehlakalo sengozi. Umphakathi uyaxwayiswa ukuba uyeke ukuthatha izithombe uzifake ezinkundleni zokuxhumana. Lokhu akuhambisani nomthetho.
30 Oct 13 min

PREPARING FOR EXAMS - UKULUNGISELA UKUHLOLWA

UMnumzane Themba Ngcobo [ Physical Science Subject Advisor Specialist] ufundisa ngokubaluleka kokulungisela ukubhala ekupheleni konyaka. Ukhuthaza abafundi ukuba bazimisele basebenze ngokuzikhandla futhi babenaso isikhathi sokuphumuza umqondo.
23 Oct 20 min

CERVICAL CANCER - UMDLAVUZA WESIBELETHO

USister Thenjiwe Jozela uchaza ngomdlavuza wesibeletho. Ukubaluleka ukuyohlola isibeletho ukuthi asinawo yini umdlavuza. Isigaba sabantu besifazane abangaba sengcupheni yokuba nalesisifo.
17 Oct 13 min