IZINGXOXO EZAKHAYO

Sikwethulela izingxoxo ezakhayo, ngenhloso yokwabelana ngezindaba ezimnandi zevangeli, ukweluleka kanye nokuqinisa ukholo kanye nolwazi.
Weekly Zulu South Africa Education · Business
161 Episodes
100 – 120

IZIDAKAMIZWA - DRUGS AND SUBSTANCE ABUSE

UConstable Ngcobo usexwayisa ngobungozi bezidakamizwa nomphumela wazo emphakathini. Yini okumele siyiqaphele nokusiza abantu ukuthi baphume ezidakamizweni, uhlobo lwezidakamizwa.
24 May 2023 19 min

EZEMVELO NOKUNAKEKELWA KWAYO

UMpume Gumede oyi Enviornmentalist, Town Planner usifundisa ngokunakekela imvelo nokubaluleka kokugcina umoya uhlanzekile {air pollution}. Usitshela ngezizathu zokuguquka kwesimo sezulu{climate Change}.
17 May 2023 17 min

UKUDUNWA NOKWEBIWA KWEZIMOTO

UConstable Ngcobo usiqwashisa ngobugebengu obudlangile bokudunwa nokwebiwa kwezimoto. sifundiswa ngokumele sikwenze futhi sikuqaphele, ukubaluleka bokuhlala siphephile
10 May 2023 18 min

UKUHLELWA KWEDOLOBHA - TOWN PLANNING

Sixoxo No Mpume Gumede owu Town Planner aphinde abe yi Environmentalist. usichazela ngokuhlelwa kwedolobha nezinto okumele zenziwe nona ziqashelwe ngaphaphi kokwakha
10 May 2023 20 min

UBUGEBENGU OBUKHONA KUMA ATM

UConstable Ngcobo usiqwashisa ngobugengu obukhona kuma ATM nobungozi bokukhipha imali ungavikelekile.
26 Apr 2023 16 min

DOMESTIC VIOLENCE

Sixoxa no Constable Ngcobo ovela kwa South African Police, Verulam uqwashisa umphakathi ngodlame oluba khona ekhaya nasemndenini ukuthi yini okubalulekile ukuthi umlaleli eyenze ukunqanda lesisimo, nezimpawu zokuhlukumezeka.
19 Apr 2023 16 min

IZETHEMBISO ZOTHANDO NPO

UPhilisiwe Mthembu usichazela kabanzi ngenhlangano yakhe yokunakekela umphakathi ontulayo eWaterloo,Verulam nokuthi waqala kanjani
5 Apr 2023 9 min

CRIME AWARENESS

UConstable Bongiwe Ngcobo usiqwashisa ngobugebengu obukhona emphakathini
29 Mar 2023 23 min

TB AWARENESS (ISIFO SOFUBA)

UProf Magule (UKZN Medical School) ufundisa ngesifo sofuba nokuyilapha, izimpawu nezinto okumele uzenze ukuze uphile kahle
22 Mar 2023 13 min

SALT AWARENESS DAY

USipholkazi Xhuma(Food Science Technologist) usifundisa ngomsebenzi kasawoti emzimbeni, ubuhle nobubi nobungozi kukasawoti omningi emzimbeni
15 Mar 2023 14 min

TEENAGE PREGNANCY

Usonhlalakahle uNqobile Princess Zungu (Phoenix Child Welfare) uqwashisa abantu abasha ngokukhulelwa besebancane nobunzima abangahlangabezana nabo.
8 Feb 2023 11 min

MATRIC CLASS 2022 (MR ZAMO MHLONGO)

Sixoxa no Thisha wase Menzi High School u Mr Zamo Mhlongo ngomsebenzi omkhulu abawenzayo ukulekelela abafundi ukuba benze kahle ezifundweni zabo zika Matric
25 Jan 2023 13 min

TAFTA HOTLINE

Sixoxa no Nelly Mchunu ovela KwaTafta usazisa ngenamba ongayishayela uma ubona umuntu omdala ehlukumezekile. sibasiza kanjani abantu abadala abahlukumezekile
14 Dec 2022 9 min
100 – 120