IZINGXOXO EZAKHAYO

Sikwethulela izingxoxo ezakhayo, ngenhloso yokwabelana ngezindaba ezimnandi zevangeli, ukweluleka kanye nokuqinisa ukholo kanye nolwazi.
Weekly Zulu South Africa Education · Business
87 Episodes
60 – 80

HEART AND STROKE

Sikhuluma no Emma SIluma ngobungozi besifo senhliziyo nezinto esingazigwema ukuze siphephe ezifweni
13 Jul 2022 16 min

LIBRARY (PASTOR MTHEMBU)

Umfundisi Mthembu uxoxa ngokubaluleka kwe library( umthapho wolwazi) nokufunda kubantu
6 Jul 2022 18 min

COMPUTER SCIENCE

UTanita Singano ophuma kwa CSIR Pretoria usifundisa kabanzi ngezobuchwepheshe besifundo se computer science namathuba akhona
15 Jun 2022 13 min

ZENZELE MBOKODO

Sikhuthaza abantu ukuba bazisebenze nokuqala amabhizinisi amancane
8 Jun 2022 5 min

TB AWARENESS

Sikwethulela ingxoxo mayelana nesifo sofuba, nokuzivikela
2 Jun 2022 13 min

CHILD LABOUR

Umphakathi uqwashiswa ngobungozi bokusebenzisa izingane ezincane ezingaphansi kweminyaka yokulungela ukusebenza
18 May 2022 14 min

DOCTORS FOR LIFE

Udokotela Tseliso Mcuebe usichazela ngeqhaza odokotela abalibambile ukusiza izisulu zezikhukhula eThekwini namaphethelo
4 May 2022 13 min

UKUSHONELWA

Sixoxa no Mnumzane uVelaphi Nxumalo ngobuhlungu bokuhanjelwa othandiweyo wakho
27 Apr 2022 12 min

DEPARTMENT OF JUSTICE

Sikhuluma no Phumi Shoba ophuma kwa Department of Justice kabanzi ngolwazi nokufunda kulomkhakha. Umnyango uhambele izikole oThongathi namaphethelo.
6 Apr 2022 20 min

NERSA

Inkulumo mayelana nogesi nomsebenzi kaNERSA
2 Mar 2022 6 min

iNCWADI YAMAFA

Umphakathi ukhuthazwa ukubhala incwadi yefa (WILL)
16 Feb 2022 10 min

Ezokuphepha emphakathini: Ingxoxo ne RUSA.

Siphephe kangakanani emiphakathini esiphila kuyo ? uMam Cynthia Singano uxoxa noMbali Phiri we Reaction Unit South Africa ngezakamuva ezimayelana nezokuphepha kanye namasu angakusiza.
25 Nov 2021 20 min
60 – 80