
NGO's: Awuqale ekhaya u16 Days of Activism
Njengoba lelizwe kulindeleke ukuthi liqale umkhankaso we 16 Days of Activism, lapho kuqwashiswa khona ngokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane, izinhlangano ezingenzi nzuzo sezinxuse abazali ukuthi baziqalise emakhaya izimfundiso ngalesihlava.