

19
JAN
Indumiso- mama Nokwethemba Mostweni and prof Nhlanhla Khubisa (17 January 2021))
umthandazo kamama u-Nokwethemba kanjalo no-prof u-Nanhlanhla Khubisa ohlelweni obelukhethekile esilubiza ngokuthi yi-gapstanders. luthokozele.
25
OCT
2020
UMama Lillian Dube ukhuluma ngesifo somdlavuzo webele nomsebenzi awenzayo ngokuqwashisa ngalesifo.
Ngenyanga yesifo somdlavuzo webele sikhuluma nomama uLillian Dube owasinda kulesifo somdlavuzo webele futhi ngemisebenzi yakhe ayenzayo ngokuqwashisa ngalesifo somdlavuzo.
06
SEP
2020
UHAMBO - ZAMA MSELEKU
Uhambo lukaZama Mseleku owabaqwaqwada bonke ku umcintiswano Winnie Mahlangu presenter search.
30
AUG
2020
Uhambo - Mama promise Ntuli
Umama uPromise Ntuli uxoxa ngokuhlukumezwa ngumkwenyane wakhe. Wagwetshwa 15 years ngokumbulala ezivikela.
30
AUG
2020
Ingxoxo noSandile Zungu kwiNdumiso
Usihlalo weZungu Investements Co. nomongameli weBlack Business council ukhuluma ngezindlela aqhuqhuzela ngazo abantu besifazane.
24
MAY
2020
17
MAY
2020
03
MAY
2020
22
MAR
2020
CORONA VIRUS(COVID - 19)
Sikhuluma noGeneral Mthembu noIstrael Mkhize ngaleligcikwane iCovid - 19. Sibuza nabalaleli ukuthi bona benza konke yini ukuqiniseka ukuthi leligcikwane alibhebhetheki.
15
MAR
2020
UHAMBO - ADVOCATE MUZI SIKHAKHANE
Kulenyanga ye Human Rights sikhuluma no Advocate Muzi Sikhakhane omunye owalwela amalungelo abantu abamnyama ukuthi alingane nawabantu abamhlophe. Usixoxela ngohambo lwakhe kwiNdumiso no Sbu Buthelezi.
01
MAR
2020
UHAMBO - RUTH KHOZA
Kuleliviki kuHambo sikhuluma noMam' Ruth Khoza ngokungabatholi abantwana nezindlela zokuphila esimeni sokungakwazi ukuthola abantwana.
16
FEB
2020
UHAMBO - THEMBEKA ZONDO - CELE
Umsakazi nomdidiyeli waseKhozi Fm, Thembeka Zondo uxoxa ngohambo lwakhe kwiNdumiso noSbu buthelezi.