Subscribe to this channel

You can subscribe to new audio episodes published on this channel. You can follow updates using the channel's RSS feed, or via other audio platforms you may already be using.

RSS Feed

You can use any RSS feed reader to follow updates, even your browser. We recommend using an application dedicated to listening podcasts for the best experience. iOS users can look at Overcast or Castro. Pocket Casts is also very popular and has both iOS and Android versions. Add the above link to the application to follow this podcast channel.

Signup to iono.fm

Sign up for a free iono.fm user account to start building your playlist of podcast channels. You'll be able to build a personalised RSS feed you can follow or listen with our web player.
01
OCT

Global Citizen: Banele Finca in Pennsylvania

Igama lami, u Hloniphile Ngcobo from Chesterville. Bengicela uKhozi FM lingikhulumele nomngani wami, nimnike I call achaze ngezwe asesebenza kulona.

Usebenza e America (Pennsylvania)
Hospitality Industry (Hotels & Golf Clubs)

Igama lakhe - Mr Banele Finca
- He is 29 Years old
- He is from Ntuzuma (Durban)
30
SEP

Ezibukwayo no Weza Matomane

Ezibukwayo no Weza Matomane, multi awards Winning voice over artists.
Weza “that guy” Matomane

Today KWEZIBUKWAYO sikhuluma no Weza Matomane a renowned Voice over artist. He is a young entrepreneur and business owner, motivational & keynote speaker, strategist, skills coach, comical master of ceremony, kodwa namhlanje sikhuluma naye as a voice over artist yama adverts.

Weza une background in chemical engineering but ngoku discover that unekhona lokuba Voice Actor ube sewuyeka lomsebenzi and waba Voice over artist ngokuzimisela okukhulu.

Useke wasebenza and he continues to work for the biggest brands lapho ebenzela Voice overs for both Radio and television.
29
SEP

Disability 360 khululiwe Mthembu

Disability 360 khululiwe Mthembu (impaired vision/blind)

Igama lam Khululiwe mthembu wase mpangeni, emacekane. Living with visual impaired vision (blind). I lost my eyesight ngo 2010 after having a severe headache and I ended ngilahlekelwa vision yam.

I’m currently doing government admin at Unisa although ngiphila nokukhubazeka as ukufunda kwakuvele kuyisfiso sam even ngsakhula
28
SEP

Ungoti oluleka ngezikweletu uBrian Sosibo

Section 112 of the national credit act regarding: dating and adjustment of debits and credits in accounts
These are the rules banks need to adhere to, according to the Ombudsman for Banking Services:
• Customers can give their banks written stop-payment instructions to prevent debit orders for specific amounts. When a debit order is returned “payment stopped” on the instruction of a customer, the user (service provider) may not process further debits under the system.
18
SEP

A conversation with Musa Sukwene

Musa Sukwene (Musa the Voice) is an award winning Afro soul artist from South Africa, But ngokuzwala osuka Witbank Mpumalanga. Abantu abaningi baqale ukumazi ngenkathi ngenele ama Idols and he won season 9 Idols SA ngo 2013. Unama talent amaningi as he writes and produce most of his music.
Ukhule esebenza construction company ka baba wakhe he studied music on the side and he entered idols for just experience kant uzoba nenhlanhla awine.
16
SEP

Ezibukwayo no Snikiwe Mhlongo

lifestyle and fashion digital Content Creator

USnikiwe Mhlongo is a 22-year-old digital content creator and social media influencer -. Uzalelwe futhi wakhulela eThekwini, uqhubeke nokukhula ngaphandle kwedolobha njengoba eye eNyuvesi yaseKapa (UCT) eyothola iziqu zakhe zeBachelor of Arts futhi manje uhlala eGoli ngomsebenzi wakhe content creation. Usebenze nama brands amaningi : uVaseline, uMr Price, neNetflix (ahamba naye waya eNew York City) ukubala nje ezimbalwa. Imisebenzi yakhe yakamuva ihlanganisa ukusebenza nemikhiqizo yezemfashini yaphesheya kwezilwandle (iFashion Nova, iPretty Little Thing) njengoba kulapho kulindeleke khona izifiso zakhe ezinkulu. Waziwa kakhulu ngaye ngesitayela semfashini nakumavidiyo we-YouTube adlulisa imfashini.”

Uyatholakala on Instagram @Snikiwe Mhlongo and una over 180 thousand followers khona,

On YouTube she has over 70 thousand subscribers and close to 5 million views. Subscribe and follow her on her platforms for inspiration
15
SEP

Disability 360 Sindy Mazubane

Slindy Mazubane born in 1983 (37 years). Ngiqhamuka endaweni okuthiwa ezingolweni in Richards bay. I'm a single parent living with my 2 kids. Ngaba nebhadi lokuba sengozini yemoto ngo 16 December 2012. Kwaba yisimo esinzima ngoba udokotela wathi ngenzeka ngaphinde ngikwazi ukuhamba. Ngomusa ka nkulunkulu emva ko dotokela benze operations, ngakwazi ukuthi ngphinde ngizame ukuhamba nge wheelchair/ noma ngsebenzise crutches.

My current employer is Umhlathuze Municipality as an Engineering chief Clerk. Khona nengikuzamayo on the Business side, ukukhubazeka kwangivula amehlo kakhulu. Yikho ngithi impilo yam yaqala after ukukhubazeka.
11
SEP

A conversation with Kelly Khumalo

UKelly Khumalo ungumlingisi, umculi, nomdansi. She became yiBest Newcomer ka-2005. Njengomculi owine indondo, ngesikhathi se-19 South African Music Awards (SAMA) ebibanjelwe eSun City, uhambe ekhaya nendondo yeBest Female Artist. Uhambo lwakhe luqale ngesikhathi uSarah noBonsai Shongwe, abasunguli beBonsai entertainment, bemthola ngo-2003 lapho ayedlala khona emncintiswaneni weGospel Star Search.

after releasing her 2005 debut album with the title "TKO", the South African vocalist Kelly Khumalo has kept moving successfully in leaps. Akazange abheke emuva emva kwalokho as she has been in music business for over 15 years.

Ngaphezu kwalokho, i-albhamu ethi Back To My Roots, ayikhipha ngo-2014, was certified gold , futhi lokhu kwamqinisekisa ukuthi wayengomunye wabaculi abahamba phambili eNingizimu Afrika. Enye yama-albhamu akhe aziwa ngokuthi "Simply Kelly" ibinomculi wezingoma waseMelika uSyenaena Johnson oveza izinga lakhe lokuthuthuka emkhakheni wakhe we Afro pop.
10
SEP

Global Citizen: Manqoba Ndlangamandla

"Sanibona thimba le 1223 Café,

Igama lami ngingu Sbongile Ndlangamandla, umuntu ebingithanda nixhumane nayye osezweni laphesheya umfana wami uManqoba Ndlangamandla ofunda iMedicine ezweni laseCuba, ake asitshele ukuthi kuphilwa kanjani lapho akhona"

Ngiyabonga.

558 episodes

« Back 1—12 More »